Zibanjwa Zisemaphuphu (IsiZulu Home Language Grade 8: Novel) ePDF (1-year licence)

Level / Grade:
Grade 8

Author(s):
Masondo, M

ISBN:
9780636169791

License:
1-year licence

File type:
ePDF

Out of stock
SKU
9780636169791
R 54.00
Baqinisile abadala uma bethi zibanjwa zisemaphuphu. Le ndaba ibhalelwe intsha esafunda isikole, ibhalwe ngolimi olusezingeni eliphezulu futhi iheha ngangokuthi ngeke uyibeke phansi uma usuke wayithatha wayifunda. Kusa kusa. Kule ndaba sethulelwa intombazane esencane enguNomusa edabuka esabelweni nezithola isiyofunda esikoleni samabanga aphakeme edolobheni. Ngabe kwenzekani uma e ka esikoleni esisha esisedolobheni? Ngabe uyaguquka yini uma e ka kulesi sikole? Ngabe uyashesha ukwejwayela? Ngabangani abanjani ahlangana nabo?

Indaba iyenzeka ngenkathi kunemidlalo eyahlukene lapho abafundi bekhombisa amakhono abo kwezemidlalo. UNomusa simthola ehlangana nomfana ocula umculo kamasikandi ofunda khona lapho kuleso sikole. Ngabe ukuthatheka kwakhe yilo mculi osafufusa kumlethela ziphi izinkinga? Bagcina beluhlobo luni lwabangani laba ababili? Ngabe bagcina bengabangani nje noma bagcina sebedlala ngegeja kuziliwe? Othisha, umphakathi kanye nabanye babafundi bayibheka ngaliphi iso le ndaba? Ngabe bathola miphi imiphumela ngalokhu kujaha kwabo izinto ezindala kunabo? Zonke izimpendulo zale mibuzo ungazitholela ngokuthi uzifundele wena mathupha le ncwadi!

This eBook is in ePDF format, which enables you to:
  • View the entire book offline on desktop or tablet;
  • Search for and highlight text; and
  • Add and edit personal notes directly in your eBook.
More Information
Edition 1
Publication date Oct 31, 2014
Language IsiZulu
Author(s) Masondo, M
Level/Grade Grade 8
Book Type Novel
Brand MML Literature
Imprint Maskew Miller Longman
ISBN 9780636169791
Licence 1-year licence
File type ePDF
Format Fixed layout
Write Your Own Review
You're reviewing:Zibanjwa Zisemaphuphu (IsiZulu Home Language Grade 8: Novel) ePDF (1-year licence)